Isizulu Sethu: Ibanga 11: Incwadi Kathisha – 9780796053268

R228.57

With the purchase of every IsiZulu sethu Ibanga 11 Incwadi kaThisha (Teacher Guide): IsiZulu Sethu siwuchungechunge lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: Incwadi yoLimi nencwadi kaThisha.

1 in stock

SKU: 9780796053268 Category:

Description

With the purchase of every IsiZulu sethu Ibanga 11 Incwadi kaThisha (Teacher Guide): IsiZulu Sethu siwuchungechunge lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 10, 11, 12. Zimbili izincwadi kulelo nalelo banga: Incwadi yoLimi nencwadi kaThisha. Zombili lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi uthisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS).

Additional information

Weight 0.5 kg
Dimensions 15 × 148 × 210 mm
Brand

Noluntu Thobela

Reviews

There are no reviews yet.

Only logged in customers who have purchased this product may leave a review.

Recently Viewed Products