Igazi Lezibi (Novel): Gr 8 – 12 – 9780796040305

R142.45

Untuthuko Langa wadlwengula intombazane, kwazalwa uNqoba. Untuthuko uyazama ukuliphika icala kodwa ehluleke. Isigwili esinguyise kaNtuthuko sakha itulo lokuba ibulawe le ngane. Kusona le ngane iyizibi nje.

2 in stock

SKU: 9780796040305 Category:

Description

Untuthuko Langa wadlwengula intombazane, kwazalwa uNqoba. Untuthuko uyazama ukuliphika icala kodwa ehluleke. Isigwili esinguyise kaNtuthuko sakha itulo lokuba ibulawe le ngane. Kusona le ngane iyizibi nje. Ngenhlanhla uyasinda uNqoba, akhule aze abe ummeli. AbakwaLanga bazi ukuthi wafa kudala uNqoba. Nakho-ke nUtuthuko esedinga igazi emva kokulinyazwa yizigebengu. Inkinga enkulu kuba wukuthola umuntu onohlobo lwegazi elifana nelikaNtuthuko. Abenhlangano kazwelonke ethekelisa ngegazi bagcina bethole uNqoba. Ingabe uzovuma ukunikela ngegazi lakhe ukuze asindise impilo kaNtuthuko?

Additional information

Weight 0.5 kg
Dimensions 15 × 145 × 210 mm
Brand

M.E. Ngcobo

Reviews

There are no reviews yet.

Only logged in customers who have purchased this product may leave a review.

Recently Viewed Products